Back

ⓘ IsiNdebele saseNyakatho noma isiNdebele limi lwesiNguni olukhulunywa isizwe samaNdebele ezweni laseZimbabwe. Ulimi lwesiNdebele saseZimbabwe lucishe lufane ncam ..




                                     

ⓘ IsiNdebele saseNyakatho

IsiNdebele saseNyakatho noma isiNdebele limi lwesiNguni olukhulunywa isizwe samaNdebele ezweni laseZimbabwe. Ulimi lwesiNdebele saseZimbabwe lucishe lufane ncamashi nolimu lwesiZulu olukhulunywa eNingizimi Afrika. Into eyenza lokhu yingoba isizwe samaNdebele aseNingizimu sisukela esizweni somholi wamaZulu Mzilikazi kaMashobane owabe ongomunye wojenene neNkosi uShaka owabaleka ngesikhathi soMfecane wabaleka ezweni laseZimbabwe ngonyaka we1839.

                                     
  • nesaseNyakatho. IsiNdebele saseNingizimu yiso esikhulunywa kakhulu eMpumalanga naseGauteng naseLimpopo. Kanti isiNdebele saseNyakatho sikhulunywa kakhulu
  • Zingu: isiZulu isiXhosa isiBhunu isiSuthu isiNgisi isiNdebele isiSwazi isiVenda isiSuthu sasenyakatho isiPedi isiTsonga isiTswana IsiZulu sikhulunywa