Back

ⓘ INgilandi izwe laseYurophu. Isiqongo saseNgilandi iLondon. Ulimi isiNgisi. INgilandi yizwe eliyingxenye yOmbuso Ohlangeneyo. Lingumakhelwane nesiKotilandi enyak ..




                                               

Umfula Thames

                                               

Tiger in a Tropical Storm

Tiger in a Tropical Storm noma Surprised! ngumdwebo odwetshwe ngumpendi uHenri Rousseau. Lona ngumdwebo wokuqala lapho igama lompendi laziwa khona. Lodwebo uveza ithayiga ikhanyiswa ngumbani lapho izingela khona ehlathini.

                                               

David Cameron

INgilandi
                                     

ⓘ INgilandi

INgilandi izwe laseYurophu. Isiqongo saseNgilandi iLondon. Ulimi isiNgisi. INgilandi yizwe eliyingxenye yOmbuso Ohlangeneyo. Lingumakhelwane nesiKotilandi enyakatho kanjalo neWelisi entshonalanga; Ulwandle lwase-Ayilendi luse nyakatho-ntshonalanga, Ulwandle lwaseKeltiki luseningizimu-ntshonalanga kanti Ulwandle lwaseNyakatho lusempumalanga, Insungubezi yamaNgisi eningizimu ihlukanisa iNgilandi kwizwekazi laseYurophu. Ingxenye enkulu yeNgilandi yakhiwe yingxenye emaphakathi nengxenye eseningizimu ye-island yaseBrithani Enkulu e-Atlantic eseNyakatho. INgilandi ihlanganisa futhi amazwe amancane azungezwe amazi ngokuphelele angaphezu kwekhulu njenge-ziqhingi Sicilly ne-siqhingi Wight.

                                     
  • laseYurophu. Uqukatha amazwe lezi: INgilandi ISikotilandi, IWelisi, I - Ayilendi. e1707 Acts of Union uhlanganisa amazwe iNgilandi nosiKotilandi. Igama Umbuso
  • 046 ILongyearbyen ISwidi 449, 964 8, 876, 744 19.7 IsiTokholmi Stockholm INgilandi Umbuso Ohlangeneyo 244, 820 59, 778, 002 244.2 ILondon I - Albaniya 28, 748
  • iMozambiki - iKongo - iSwaziland - iGhanna - iZambia - iRashiya - iJalimani - iNgilandi - iSikotilandi - iFulansi - iSpaniya - iMelika - iKhanada - iMekisiko
  • Ubezalwa 1953 - 06 - 07 7 ngoNhlangula 1953 Iminyaka 67 Bacup, Lancashire, iNgilandi Izinhlobo Mbaqanga, Afro - pop Amathuluzi Vocals, isigingci, concertina
  • Augsburg, Holy Roman Empire Ubefa ngoLwezi 1543 iminyaka 45 London, iNgilandi Movement Northern Renaissance Influenced by Hans Holbein the Elder ubaba