Back

ⓘ ITheku. lelikhasi limayelana nedolobha, uma ufuna elimayelana nomasipala bheka la eThekwini. iTheku yidolobha eliKwaZulu-Natali ngaphansi komkhandlu we-Theku. I ..




ITheku
                                     

ⓘ ITheku

lelikhasi limayelana nedolobha, uma ufuna elimayelana nomasipala bheka la eThekwini.

iTheku yidolobha eliKwaZulu-Natali ngaphansi komkhandlu we-Theku. Idololobha laseThekwini yilona elikhulu futhi elinabantu abaningi okudlula wonke amadolobha asesifundazweni saKwaZulu-Natal. Ichweba laseThekwini lidume ngokuba eliphithizela kunawo wonke ezwenikazi lase-Afrika, okwenza libaluleke kakhulu emnothweni wezwe laseNingizimu Afrika.

Abantu abangahlali eduze nolwandle bavame ukuvakashela ulwandle khona lapha eThekwini, futhi iTheku libukwa njengendawo yokuziphumulela.

                                     

1.1. Ezemidlalo kanye nezinkundla Ikhilikithi

ITheku liyikhaya leqembu lekhilikithi elaziwa nge- Natal Cricket Team kodwa laziwa nge- Dolpins uma lidlala. Ikhilikithi eThwenini idlalelwa enkudleni eyaziwa ngegama elthi- Kingsmead cricket ground okuyinkundla yokudlalela ikhiilikthi kuphela. Ngonyaka we-2003 imidlalo yekhilikithi yomhlaba yabanjelwa eThekwini.

EThekwini kunemaqembu ebhola amabili aseke adlalela kwi Premier Soccere League PSL okubalwa kuwo AmaZulu F.C. kanye Golden Arrows. AmaZulu adlalela imidlalo yasekhaya enkundleni yase-Moses Mabhida esenkabeni edolobha. IGolden Arrows idlalela imidlalo yayo yasekhaya enkundleni yaseKing Zwelithini eselokishini laseMlazi, ngesinye iskhtahi babuye badlalele enkundleni yase-Moses Mabhida okanye enkundleni yaseChatsworth.

Ngenkathi kubanjwelwe Indebe yoMhlaba yeFIFA ngonyaka we-2010 iTheku nalo labe kungelinye lamdolobha abe esingethe lemidlalo enkundleni yase-Moses Mabhida.

                                     

2. Izikhungo zemfundo

Izikole zikahulumeni

  • Margotfontein Secondary School
  • Dassenhoek Primary School
  • Bhekokuhle Primary School
  • Bechet High School
  • Pinetown Boys High School
  • Westville Girls High School
  • Delani Primary School
  • Durban Girls High School DGHS
  • Kloof High School
  • Durban High School DHS
  • Siphephele High School
  • Folweni High School
  • Pinetown Girls High School
  • Isizinda Secondary School
  • Savannah Park Secondary School
  • Thornwood Secondary School
  • Ntwenhle High School
  • KwaSanti Secondary School
  • Westville Boys High School
  • Durban Academy High School

Izikhungo zemfundo ephakeme

  • Inyuvesi yaKwaZulu-Natali University of KwaZulu Natal
  • Coastal TVET College
  • Inyuvesi yobuChwepheshe yaseThekwini Durban University of Technology
  • Thekwini TVET College
  • Elangeni TVET College
  • Inyuvesi yaseNingizimu Afrika University of South Africa
  • Inyuvesi yoChwephese yaseMangosuthu Mangosuthu University of Technology
                                     
  • tv, waqoshwa yi - Stained Glass TV Production. Wenziwa edolobheni elikhulu ITheku futhi uxoxa ngezimpilo zodokotela nonompilo abasebenza e - Durban General
  • yeKwaZulu - Natali umGungundlovu, kodwa idolobha elikhulu kunawo wonke kulesifundazwe iTheku Iningi labantu abahlala kulesifundazwe AmaZulu, futhi lesifundazwe saziwa
  • wesitimela obaluleke kakhulu emnothweni waseNingizimu Afrika, ngoba uhlanganisa iTheku kanye neGoli, lolayini wesitimela ubizwa ngokuthi i - New Line. Kulolayini
  • South China Sea. Hong Kong kahle eyaziwa for skyline yayo lubanzi, deep itheku yemvelo futhi extreme ukwanda kwabantu eziyizigidi ezingu eziyisikhombisa
  • Inani labantu ngo - 2011 Ubukhulu bendawo IKwaZulu - Natali UmGungundlovu ITheku 10, 267, 300 94.361 km² EGoli IPitoli IGoli 12, 272, 263 18.176 km² IMpumalanga
  • Amaqhawe Heroes Founded 1932, as Zulu Royals Ground Moses Mabhida Stadium, ITheku Ground Capacity 54, 000 Chairman Patrick Sokhela Coach Craig Rosslee League
  • Owazalwa Tatum Keshwar 1983 - 12 - 14 14 ngoZibendlela 1983 Iminyaka 37 ITheku IRiphabliki yaseNingizimu Afrika Ukuphakama 6 ft 1 in 1.85 m Umbala izinwele
                                               

Durban Gen

IDurban Gen ngumdlalo wakumabonakude waseNingizimu Afrika, ophathelene nezempilo. Ngumdlalo owaqanjwa yi-e.tv, waqoshwa yi-Stained Glass TV Production. Wenziwa edolobheni elikhulu ITheku, futhi uxoxa ngezimpilo zodokotela nonompilo abasebenza e-Durban General Hospital kanye nezinqinamba ababhekana nazo mihla yonke.